Sizinze kwenye yezakhiwo zasedolobheni, ezinezindlu ezakhiwe zaba izitezi eseziyikhaya kwabaningi abahola kangcono ngokomnotho. Kodwa amalungu omndeni Felis Domestica asebethande kakhulu ukuhlala kulendawo ngeke kungabazeke ukuthi yibona abaningi ukudlula amalunga eHomo Sapiens. Njengoba lezilwanyana ezinezinzipho ezifihlekayo, ezicishe zihlobane namabhubesi, nezingwe kanye namanye amakati asendle azesabi muntu kulendawo. Ukwanda kwamakati nokuba nezimpilo eziyisishiyagalolunye kukhathaza wonke umuntu kodwa futhi kuletha nensini kwabaningi. Lamakati asekwenze kwabayindawo yawo ukushaya imithetho futhi akwenza kwaba yindawo yawo. Amakati azingela amagundane asemabhilidi angaphansi kuya kwistezi sesithathu asekhethe ukuzihlalela endaweni yawo, ngenxa yokuvikela udlame. Indawo yompheme isiyindawo yamakati amancane, yayikade isetshenziswa akhethekileyo ngokubaluleka kwawo endaweni ukuthi aziphulule futhi aphumule khona. Amakati obulili besilisa amanye wawo athola inzindawo eazifihlekile ukuphumula alale khona, lapho kungeke kungene elinye ikati, njengendlu yomqaphi. Umdali wawanika isiphiwo lamakati ngamaphimbo angafani, elinye elokubhonga kanti elinye elokubalisa njengekati elijwayelekile, amanye amakati ayaye aphazamiseke ngenxa yalemisindo engajwayelekile. Abanye babahlali kulendawo abathanda ukuhlanzeka bayacikeka yilezizenzo zama-grey cats(amakati angajwayelekile) uma emosha izinto zawo, ezingcolisa. Oklebe abahlala kulendawo bakholelwa ngokuqina ukuthi kumele axoshwe aphele lamakati. Kodwa amajuba awakaphumeli obala nesinqumo, asalinde ukubona ukuthi amakati azokwenzenjani. Asazi ukuthi ubani ozobizelwa ukuqonda ikati! | Entry #32695 — Discuss 0 — Variant: Not specifiednone
|
Sihlala kwelinye lamafulethi amancane esakhiweni esinezitezi eziningi enikeza indawo yokukhosela emindenini eminingi engadli izambhane likapondo. Kepha ilunga lomndeni obizwa nge Felis Domestica othathekile ngesakhiwo sethu angaba nezibalo ezindlula amalunga eHomo Sapiens. Ngoba lezilwanyana ezinezinyawo ezine namazipho ondile, ezingazishaya isifuba ngomzala babo- Amabhubesi, Amahlosi, amaLynx kanye namaOcelots azisabi muntu endaweni yethu. Inani elikhulayo lefeline elinezimpilo eziyisishiyaga lolunye ezinzipheni zawo likhathaza bonke abantu kodwa linikeza ihlaya kwabaningi. Lamakati endaweni yethu anemithetho yawo eqinile ngendawo. Amagundwane enxenye ephansi, eyokuqala kanye neyesibili ahlala ehleli ezinxenyeni zawo ngaphandle kwama forays alambhile ekhishini eqe umugqa wokulawula. I-terrace ngokukhethekile ibekelwe abancane kanti ngalesosikhathi isetshensizwangama aristocrats aphuma e-erstwhile Siam ukukhotha umzimbha nokubhava elangeni. Amanye amakati amadoda athola indawana yokulala kahle lapho kungenandawo yokuthi kungene ikati khona, njenge ndawo yomlindi, lapho kungenzeka bathole isikephuseli silele. Nkulunkulu uphe lamakati isipho sezindawo ezimbili zezwi, elinye elokukhala bese elinye elokucula kanti amafeline ambalwa anendlela yokucula yokuqala endaweni yethu agcina abahlali bevukile ngolozolo lwabo ezikhathini ezikhethekile. Abanye abahlali abafisa ukuhlanzeka njengekati bayacasuka uma lamakati agrey emosha izinto zabo. Okhozi phakathi kwabahlali babona sengathi lamakati kumele axoshwe nge ngomsila wekati obizwa i-o'nine. Kepha amadoves awakakethi alinde ukubona ukuthi amakati agxumela kuphi. Kodwake, asazi ukuthi ubani ozobizwa azoxhosha ikati! | Entry #33760 — Discuss 0 — Variant: Not specifiednone
|